Ngo-2022
U-Isaya Ufundisa ngoJesu Kristu
NgoSepthemba 2022


“U-Isaya uFundisa ngoJesu Kristu,” uMyalezo Wanyanga zonke weFriend (Umngani), ngoSepthemba 2022

“U-Isaya uFundisa ngoJesu Kristu”

UMyalezo waNyanga zonke weFriend (Umngani), ngoSepthemba 2022

U-Isaya Ufundisa ngoJesu Kristu

Isithombe
U-Isaya ebhala

Imifanekiso ngu-Apryl Stott

U-Isaya wayengumprofethi. Wayephila ngaphambi kokuzalwa kukaJesu Kristu. Kodwa wayazi ukuba uJesu wayezokuza.

Isithombe
U-Isaya ekhuluma

U-Isaya wathi uJesu wayezozalwa njengeNdodana kaNkulunkulu. UJesu wayezosiza futhi alaphe abanye.

Isithombe
UJosefa, uMariya, nomntwana uJesu

U-Isaya washo wathi uJesu wayezofika emhlabeni. Wayezobizwa ngeNkosi yokuThula. Wayezonikela ngempilo Yakhe ngenxa yethu ngoba Uyasithanda kakhulu.

Isithombe
uJesu Kristu esevukile

Izinto ayezifundisile u-Isaya zenzeka. Ngemva kweminyaka eminingi, uJesu weza emhlabeni. Wasibonisa indlela. Washona kepha waphinda waphila futhi. Uyaphila namuhla!

Isithombe
umama efundela abantwana ngoJesu Kristu

Ngingafunda ngoJesu Kristu. Uma ngikhumbula asengenzele kona, ngizwa ukuthula nethemba!

Ikhasi Lokufaka Imibala

Ngingafunda ngoJesu Kristu

Isithombe
UJesu Kristu eguqele ukukhuluma nowesifazane

Chofoza esithombeni ukuze usilande.

Umfanekiso ngu-Apryl Stott

Iyiphi indaba oyithanda kakhulu ngoJesu na?

Shicilela