“UJesu Welapha Owesifazane,” UMyalezo waNyanga zonke we Friend (Umngani) ngoFebhruwari 2023
“UJesu Welapha Owesifazane”
UMyalezo waNyanga zonke we Friend (Umngani) ngoFebhruwari 2023
uJesu Welapha Owesifazane
Ngelinye ilanga uJesu wahamba emgaqweni ophithizelayo. Esixukwini kwakukhona owesifazane owayesegule iminyaka eyi-12.
Owesifazane wayenokholo lokuthi uJesu wayengamelapha. Welula isandla wathinta ingubo Yakhe. Welashwa ngaso leso sikhathi!
“Ngubani ongithintileyo na?” Kwabuza uJesu. Owesifazane wayesaba. Waguqa phambi kukaJesu wamtshela ukuthi kwakwenzekeni.
UJesu wakhombisa uthando. Wathi, “Yima isibindi.” Wamtshela ukuthi welashwa ngenxa yokholo lwakhe.
Ngingaba nokholo kuJesu Kristu. Uthando Lwakhe lungangisiza futhi lungilethele ukuthula.
© 2023 Intellectual Reserve, Inc. All rights reserved. Ishicilelwe eMelika. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sikhishwe ngesiNgisi: 6/19. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sihunyushwe: 6/19. Ukuhunyushwa kwe Monthly Friend Message, February 2023. Language. 18910 783