Ngo-2023
UPawulu Usifundisa Ukulandela UJesu Kristu
Ngo-Okthoba 2023


“UPawulu Usifundisa Ukulandela UJesu Kristu,” Friend (Umngani), Okt. 2023, 46-47

Umlayezo Wanyanga Zonke weLiyahona, Ngo-Okthoba 2023

UPawulu Usifundisa Ukulandela UJesu Kristu

Isithombe
Omunye umbhalo

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

UPawulu wayenguMphostoli. Wasifundisa ukuba sibe yizibonelo kwabanye. Lokho kusho ukwenza lokho uJesu Kristu ayezokwenza.

Isithombe
Omunye umbhalo

UPawulu wathi kufanele sisebenzise amazwi amahle uma sikhuluma nabanye.

Isithombe
Omunye umbhalo

Wathi futhi kufanele sibe nokholo kuJesu Kristu.

Isithombe
Omunye umbhalo

Wafundisa ukuthi kufanele senze izinqumo ezinhle, njengokusiza abanye.

Ikhasi Lokufaka Imibala

Ngingamlandela uJesu.

Isithombe
omunye umbhalo lapha

Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott

Ngingalandela uJesu Kristu ngokulalela umprofethi.

Shicilela