“Amazwi Okuphilwa Ngawo,” Okwakha Intsha, ngoJulayi 2024.
Umyalezo Wanyanga Zonke we-Okwakha Intsha, ngoJulayi 2024
Isibusiso Sakho Senzalamizi
Kuchashunwe ezinkulumweni kwingqungquthela yebandla lonke yango-Ephreli 2023 leGosa uKazuhiko Yamashita kanye iGosa uRandall K. Bennet beShumi lesiKhomba.
-
Siqukethe izeluleko zomuntu siqu ezivela eNkosini eziya kuwe.
-
Isithombeisihlahla somndeni
Simemezela uzalo lwakho kwindlu ka-Israyeli.
-
Isithombeimibhalo engcwele
Siwumbhalo ongcwele womuntu siqu.
-
Isithombeisihluthulelo
Singcwele futhi sigcinwa esifubeni.
-
Isithombeibalazwe
Asiyiyona isibalazwe sempilo yakho.
-
Isithombeisihluthulelo sempendulo
Asiyiphenduli yonke imibuzo yakho.
Mawukuthi asikhulumi ngento ethile esemqoka ngempilo, ungakuthatheli ukuba sengathi awuzobanalo lelo thuba. Isibusiso senzalamizi esengunaphakade, futhi mawuphila ngokufanelekile, izethembiso ezingaphumelelanga kulempilo ziyonikezwa kulena ezayo.
Kumele Ube Neminyaka Emingaki?
-
Ukhulile ngokwanele ukuba uqonde ukubaluleka kanye nemvelo engcwele yesibusiso futhi uqonde imfundiso eyisisekelo yevangeli.
-
Ngokufanelekile usamusha ngokwanele ngokuthi izinqumo ezibalulekile empilweni eziningi zisaphambili.
Izibusiso ngesiBusiso Sakho
© 2024 ngu Intellectual Reserve, Inc. All rights reserved. Kucindezelwe eMelika. Ukugunyazwa kweSingisi: 6/19. Ukugunyazwa kokuhumusha: 6/19. Ukuhunyushwa kwe Monthly For the Strength of Youth Message, Julayi 2024. Zulu. 19302 783