Intsha
Thatha Isivivinyo Sokubonga
Asingakhulumi nje ngokubala izibusiso zethu—masikwenze! Bhala uhlelo lwezinto ezingu 100 wena onokubonga ngazo. Uma lokho kuzwakala sengathi kuningi, zama lokhu:
-
Bhala amakhono womzimba angu 10 wena onokubonga ngawo.
-
Bhala izinto onazo ezingu 10 wena onokubonga ngazo.
-
Bhala abantu abaphilayo abangu 10 wena onokubonga ngabo.
-
Bhala abantu asebashonile abangu 10 wena onokubonga ngabo.
-
Bhala izinto ezingu 10 ngemvelo wena onokubonga ngazo.
-
Bhala ngezinto zanamuhla ezingu 10 wena onokubonga ngazo.
-
Bhala ngezindawo emhlabeni ezingu 10 wena onokubonga ngazo.
-
Bhala ngezinto eziqanjiwe zesimanje ezingu10 wena onokubonga ngazo.
-
Bhala ngezidlo ezingu 10 wena onokubonga ngazo.
-
Bhala ngezinto mayelana nevangeli ezingu 10 wena onokubonga ngazo.
Uma sihlela kanjena, sithola ukuthi uhlelo lwezinto ezingu 100 aziqali nokususa indawo yazozonke izinto uNkulunkulu asinikeze zona.