Izingane
Wonke Umuntu Angenza Okuthize Manje
-
uMongameli Uchtdorf ufundisa ukuthi noma uneminyaka emingakhi, ungenza okuthile ukusiza abanye. Kwijenali yakho noma kucwezu lwephepha, bhala izipho zakho noma amakhono. Buza abazali bakho ukuthi bacabanga ukuthi eziphi izipho zakho.
-
Ungasebenzisa kanjani izipho zakho ukusiza abanye?
-
Ekugcineni kohlelo lwezipho zakho, bhala indlela eyodwa ongasebenzisa lezo zipho ukusiza abanye kuleviki.