Ngo-2013
Inkulumo yakho kanye noNkulunkulu
Apreli 2013


Intsha

Inkulumo Yakho kanye noNkulunkulu

uMongameli uEyring ufundisa ukuthi njengoba silalela imithandazo yethu yesidlo seNkosi, singazizwa sengathi sikhuluma kanye noNkulunkulu. uMongameli uEyring ucabanga ngalezindawo ezintathu ezilandelayo. Cabaganga ngokubhala lemibuzo kwijenali yakho futhi udlinze kuyona iSonto nesonto kulenyanga. Njengoba udlinza futhi uthola ugqozu oluvela kuMoya oNgcwele, ungaphinde ubhale futhi ngalezo kwijanali yakho.

  • Yini engiyenzile leyo ejabulise uNkulunkulu na?

  • Yini engiyidingayo ukuba ngiguquke kuyona noma ngicele ukuxolelwa kuyona?

  • UNkulunkulu angathanda ukuba ngisebenzele bani?

Shicilela