Izingane
Iba Yiphayoniya
uMongameli uMonson uthi iphayoniya umuntu okhombisa indlela abanye ukuba bayilandele. Yini ongayenza ukuba umele lokho okulungile futhi ube yiphayoniya kwabanye emphakathini wakho kanye nasemndenini wakho? Bhala izimpendulo zakho futhi wabelane nazo kanye nomndeni wakho.