Ngo-2014
Izipho eziphuma kuJesu
Disemba 2014


Izingane

Izipho eziphuma kuJesu Kristu

Abanye abantu basebenzisa isihlahla sikaKhisimusi ukugubha ukuzalwa kukaJesu Kristu. Ngesinye isikhathi abanye babekela abanye izipho ngaphansi kwesihlahla. Yiziphi izipho uMsindisi akunikeze zona wena? Dweba isihlahla sakho sikaKhisimusi nezipho ezinhlanu ngaphansi kwaso. Funda imibhalo engcwele engezansi usebenzise imibhalo ukutshengisa isipho ngasinye sombhalo ongcwele ngamunye. Unganikeza uJesu izipho ngokuthola izindlela zokusiza abanye.

Amahubo 33:6

Johane 14:27

Johane 15:9

2 Nefi 2:8

3 Nefi 15:9

Shicilela