Ngo-2017
Izimfundiso Zesikhathi Sethu
NgoNovemba 2017


Izimfundiso Zesikhathi Sethu

Kusukela ngoNovemba 2017 kuya ku-Ephreli 2018, izimfundiso zobuPhristi bukaMelkhezedeki nezeNhlangano Yokusiza Yabesifazane zangeSonto lesine zizothathelwa kwinkulumo eyodwa noma eziningi ezenziwa emhlanganweni omkhulu weBandla ka-Okthoba 2017. Ngo-Ephreli 2018, izinkulumo zingakhethwa kwezomhlangano omkhulu weBandla ka-Ephreli noma oka-Okthoba. Omongameli bezikhonkwane nabezifunda kufanele bakhethe ukuthi yiziphi izinkulumo ezizo setshenziswa ezindaweni zabo, noma benganikeza ukuba leso sinqumo sithathwe ngaba bhishobhi noma omangameli bamagatsha.

Lezi zinkulumo zitholakala ngezilimi ezahlukahlukene conference.lds.org.

Shicilela