“Izethembiso ZikaHezekeli Ziyafezeka,” IMiyalezo Yanyanga Zonke yeFriend (Umngani) Okthoba 2022
“Izethembiso ZikaHezekeli Ziyagcwaliseka”
UMyalezo Wanyanga Zonke weFriend (Umngani) Okthoba 2022
Izethembiso ZikaHezekeli Ziyagcwaliseka
UHezekeli wayengumprofethi. UNkulunkulu wambonisa izinto eziningi esikhathini esizayo ezazingakenzeki. UHezekeli wazibhala phansi.
UHezekeli wabhala ngezincwadi ezimbili ezaziyogaywa ngolunye usuku. Enye incwadi kwakuyiBhayibheli. Enye incwadi kwakuyiNcwadi kaMormoni.
Ngemva kweminyaka eminingi, iBhayibheli lagaywa.
Ngemva kweminyaka eminingi, uJoseph Smith wahumusha iNcwadi kaMormoni. Umbono kaHezekeli wagcwaliseka!
Namuhla singakwazi ukufunda iBhayibheli kanye neNcwadi kaMormoni. Zisebenza ndawonye ukuze zifundise ngoJesu Kristu.
Ngesikhathi ngifunda imibhalo engcwele, ngifunda ngoJesu Kristu.
Ikhasi Lokufaka Imibala
Ngiyakwazi ukufunda Imibhalo Engcwele
Chofoza esithombeni ukuze uzithathele.
Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott
Iyiphi indaba yombhalo ongcwele oyithanda kakhulu?
© 2022 ngabakwa Intellectual Reserve, Inc. All rights reserved. Igaywe eMelika. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sikhishwe ngesiNgisi: 6/19. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sihunyushwe: 6/19. Ukuhunyushwa kwe Monthly Friend Message, October 2022. isiZulu. 18317 783