Ngo-2021
Umbono weSu LikaNkulunkulu
NgoJulayi 2021


“Umbono weSu LikaNkulunkulu” Friend (Umngani), ngoJulayi 2021

Umyalezo Wanyanga Zonke weFriend (Umngani) , ngoJulayi 2021

Umbono weSu LikaNkulunkulu

Isithombe
UJoseph Smith noSidney Rigdon bebona uBaba neNdodana

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

Ngelinye ilanga uJoseph Smith noSidney Rigdon babefunda imibhalo engcwele. Babanombono. Babona uBaba oseZulwini kanye noJesu Kristu.

Isithombe
UBaba oseZulwini kanye noJesu Kristu

Bafunda ukuthi ngaphambi kokuba sizalwe, sasihlala ezulwini noNkulunkulu.

Isithombe
umzali wanga ingane edabukile

Size emhlabeni ukuze sifunde ukuthi singamlandela kanjani uJesu futhi silalele uMoya oNgcwele. Sifunda ukugcina imiyalelo futhi siphenduke lapho esenza khona izinqumo ezimbi.

Isithombe
UJesu Kristu ephuma ethuneni

Ngemuva kokufa, sizovuswa kwabafileyo. Uma silungile, sizohlala noBaba wethu oseZulwini futhi.

Isithombe
Ubaba ufundela amadodakazi

Ngingafunda ngesu likaNkulunkulu emibhalweni engcwele. Ngenxa kaJesu, ngingaba nomndeni wami kuze kube phakade.

Ikhasi Lokufaka Imibala

UBaba oseZulwini uneSu Ngami

Isithombe
umndeni

Umlandela kanjani uJesu?

Shicilela