Ngo-2021
IBandla Emhlabeni Wonke
NgoDisemba 2021


“IBandla Emhlabeni Wonke,” For the Strength of Youth (Okwakha Intsha), ngo-Ephreli 2022.

UMyalezo Wanyanga Zonke we Friend (Umngani) ngoDisemba 2021

IBandla Emhlabeni Wonke

Isithombe
Abantwana bamavulandlela

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

INkosi yatshela amalungu eBandla ukuba aye kude kakhulu. Abanye babeshayela izinqola ezimboziwe. Abanye badonsa amakalishi.

Isithombe
abantwana besiza ekwakhiweni kweThempeli laseSalt Lake

Bahamba bayohlala endaweni entsha. Bakha izindlu namadolobhana. Bakha amathempeli amasha.

Isithombe
Abefundisi bokuqala bevangeli bebhabhadisa emfuleni

Abefundisi bevangeli baya emazweni amaningi. Bafundisa abanye ngoJesu Kristu. Kwabhabhadiswa abantu abaningi. IBandla lakhula.

Isithombe
Imbulunga yomhlaba
Isithombe
isithombe sengelosi uMoroni

Namuhla, amalungu eBandla ahlala emhlabeni wonke. Kunamathempeli emazweni amaningi.

Isithombe
abantwana

Akukhathaliseki ukuthi sihlalaphi, uJesu uyasithanda. Ngiyazi Uyangithanda!

Ikhasi Lokufaka Imibala

UJesu Usithanda Sonke

Isithombe
UJesu Kristu nabantwana

Chofoza esithombeni ukuze usikopishe.

Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott

Uluzwa kanjani uthando lukaJesu na?

Shicilela