“UJesu Kristu Uthulisa Isivunguvungu,” Friend (Umngani), ngoMashi 2023, 46–47.
Umyalezo waNyanga zonke we-Friend (Umngani) ngoMashi 2023
UJesu Uthulisa Isivunguvungu
Ngobunye ubusuku uJesu Kristu kanye nabafundi Bakhe bawela ulwandle ngesikebhe. UJesu wayekhathele futhi walala.
Isivunguvungu seza. Amagagasi aya ngokukhula aba makhulu! Abafundi besaba. Bavusa uJesu bamcela abasindise.
UJesu wasukuma wathi, “Thula, uthi du.” Umoya wayeka ukuvunguza. Amanzi athula.
Ukholo lwami kuJesu Kristu lungangilethela ukuthula. Lapho ngesaba, uJesu angangisiza ngizwe ukuthula.
© 2023 by Intellectual Reserve, Inc. All rights reserved. Ishicilelwe eMelika. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sikhishwe ngesiNgisi: 6/19. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sihunyushwe: 6/19. Ukuhunyushwa kwe Monthly Friend Message, March 2023. Language. 18905 783