2024
Uyesaba Ukuphenduka?
NgoSepthemba 2024


UMyalezo waNyanga zonke wephephabhuku elithi Okwakha Intsha, ngoSepthemba 2024

Uyesaba Ukuphenduka?

NgokukaMongameli uRussell M. Nelson, nasi isizathu sokuthi ungesabi.

Wena usabani? Ama-rollercoaster? Iklasi leZibalo? Ukuzama ukuqonda u-Izaya?

Mhlawumbe ukuphenduka? Uma umcabango wokuphenduka ukwenza ufune ukucasha ngaphansi kwezingubo zakho zokulala noma udle ushokoledi omningi, lesi sihloko ngesakho.

“Ngiyakunxusa ungakwesabi noma ukulibale ukuphenduka,” kwasho uMongameli uRussell M. Nelson. Futhi enesizathu esilungile. Nazi izinto ezimbalwa ukuphenduka okuyikho futhi nokungekona, ngokukaMongameli uNelson.

abantu abasha abahlukahlukene

Imifanekiso nguCorey Egbert

insizwa ephethe ikhalenda elikhulu
intombazane nomfana begxuma ngenjabulo
intombazane ibambe isimo senhliziyo
abantu behamba bayakwindlu yokuhlangana
insizwa ihamba noJesu Kristu

Yamukela Isipho SikaNkulunkulu Esiphelele

Ngakho-ke, ingabe usukulungele ukwethemba uMsindisi ukuze unqobe ukwesaba kwakho ekuphendukeni? Ngeke uzisole.

UMongameli uNelson uthi: “Ngoba umhlaba wadinga ukusindiswa, futhi ngoba wena nami sadinga ukusindiswa, [uBaba oseZulwini] wasithumela uMsindisi.

“… Masamukela isipho sikaNkulunkulu esiphelele du futhi esiyigugu. Masilahle imithwalo yethu kanye nezono zethu ezinyaweni zoMsindisi futhi sizwe injabulo evela ekuphendukeni nasekuguqukeni.”

AmaNothi

  1. NguRussell M. Nelson, “Amandla Omfutho ongokoMoya,” ingqungquthela yebandla lonke yango-Ephreli 2022 (iLiyahona, ngoMeyi 2022, 98).

  2. NguRussell M. Nelson, “We Can Do Better and Be Better,” ingqungquthela yebandla lonke yango-Ephreli 2019 (i-Ensign noma iLiyahona, ngoMeyi 2019, 67).

  3. NguRussell M. Nelson, “Amandla Omfutho ongokoMoya” (98).

  4. NguRussell M. Nelson, “We Can Do Better and Be Better” (67–68).

  5. NguRussell M. Nelson, “We Can Do Better and Be Better” (67).

  6. NguRussell M. Nelson, “We Can Do Better and Be Better” (67).

  7. NguRussell M. Nelson, “Worldwide Day of Testimony: I Can Do All Things through Christ,” broadcasts.ChurchofJesusChrist.org.

  8. URussell M. Nelson, Instagram, ngoDisemba 24, 2021, instagram.com/russellmnelson.