Ngo-2010
Incwadi eyiGayidi ukuSiza Thina Ukuya Ekhaya
Septhemba 2010


Abantwana

Incwadi eyiGayidi ukuSiza Thina Ukuya Ekhaya

Ungazizwa unjani uma ngabe ulahlekile futhi ungayazi indlela yokuya ekhaya kumndeni wakho? Ungajabula uma ungalandela umuntu othile ongakubonisa indlela? uMongameli uEyring uthi incwadi kaMomoni ifana negayidi esiza thina ukuba sibuyele ekhaya kuBaba waseZulwini.

Ngezansi kunezinto incwadi kaMomoni esitshelayo ukuthi kumele senzeni ukuze sibuyele emuva ekhaya. Funda 2 Nefayi 31:10, 11, 20. Ngaphansi kumushwana bhala ivesi okuyilona eliphuma encwadini kaMomoni. Uzodinga ukusebenzisa elinye lamavesi kabili.

Phenduka futhi ubhabhadiswe.

Yiba nethemba eliqhakazile.

Thanda uNkulunkulu wakho kanye nabantu bonke.

Landela uJesu.

Shicilela