Izingane
Umthandazo Oyisehlo esingajwayelekile
uMongameli uEyring ufundisa ukuthi umthandazo ungaphendulwa ngezindlela ezahlukene eziningi. Ungaba nesehlo esingajwayelekile ekufuneni imibhalo engcwele ukuba uthole ezinye zalezo zindlela.
Funa umbhalo owodwa ongezansi. Kwijenali yakho, bhala amagama ambalwa achaza ukuthi lemibhalo isho ukuthini mayelana nezimpendulo zomthandazo.
Futhi ungaphinda ubhale kwijenali yakho mayelana nezifundo zakho ozitholile ngemithandazo eyeyaphenduleka.