Izingane
Ngingaba Ukukhanya Kubanye
uMongameli uUchtdorf uthi ukuba ukukhanya kubanye, kumele amagama ethu “acace njengezulu elibalele futhi agcwale ukubonga.” Amagama ethu kumele abenenjabulo, abeqotho, futhi abenomusa. Yini ongakwenza noma ongakukhuluma kube ukukhanya kubanye? Ungabhala kwijenali yakho izinto ezinhlanu ezinhle ohlose ukuzisho kwilungu lomndeni noma abangane.