Ngo-2013
Sikhethe ukuba Ngothulile
Mashi 2013


Izingane

Khetha ukuba Ngothulile

uMongameli uMonson uthi ngenkathi sithulile futhi sizithobile, singezwa uxolo futhi sithole ubufakazi obuqinileyo ngoBaba wethu waseZulwini. Futhi uMoya Ongcwele ungasigqugquzela kangcono ngezindlela esingasiza abanye.

Bhala phansi noma uxoxisane kanye nabazali bakho indlela eyodwa ongathula ngayo. Bese uthatha isikhathi kuleviki ukuba uzame. Uma usuqedile, ungabhala kwijenali yakho ngemizwa kanye nogqozu oyewabanalo.

Shicilela