Ngo-2013
Beka ubufakazi bakho.
Disemba 2013


Izingane

Beka ubufakazi bakho.

Ungabelana kanye nesipho sevangeli kuloKhisimuzi ngokunikeza umngane noma umakhelwane Incwadi kaMomoni enobufakazi bakho obubhaliwe ngaphakathi. Landela lezigaba ukuba uyilungiselele:

  1. Ochezwini lephepha, kala irectangeli eyi 4½ x 6½ inches (11½ x 16½ cm) futhi ucele omdala ukuba akusize ukusika.

  2. Faka isithombe sakho—noma umdwebo noma isithombe—ngaphezulu kwekhasi.

  3. Bhala ubufakazi bakho ngaphansi kwesithombe sakho.

  4. Thola omdala akusize ufake iphepha ngaphakathi kwekhava yeNcwadi kaMomoni.

Shicilela