Ngo-2014
Yazi Izindaba Zakho
NgoJuni 2014


Izingane

Yazi Izindabi Zakho

Abazali bakho kanye nogogo nomkhulu babe nezigqalabutho eziningi—ezinye awazi ngisho ngazo! Ezinye zezindaba zabo zizokwenza uhleke, futhi zingakusiza ubenokholo kuBaba waseZulwini. Kodwa ngisho nabadala banamahloni ngezinye izikhathi. Sebenzisa lemibuzo ukubasiza ukuba bakhumbule ezinye izindaba zabo abazithandayo futhi ubhale phansi noma udwebe izithombe zezimpendulo zabo.

  1. Ngitshele ngokuthathu okukhumbulayo ngezikhathi zenjabulo zakho.

  2. Yisiphi isikhathi leso owahlambalazeka khona kakhulu?

  3. Ngitshela ngosuku engazalwa ngalo.

  4. Wawuthanda ukwenzani ngesikhathi useyingane?

  5. Wabuthola kanjani ubufakazi bakho bevangeli?

Shicilela