Ngo-2016
Izifundo Zesikhathi Sethu
Novemba 2016


Izifundo Zesikhathi Sethu

Kusukela ngoNovemba 2016 kuya ku-Epreli 2017, izimfundiso zobuPristi bukaMelkhezedeki nezeNhlangano Yokusiza Yabesifazane zangeSonto lesine zizothathelwa kwinkulumo eyodwa noma eziningi ezenziwa emhlanganweni omkhulu weBandla ka-Okthoba 2016. Ngo-Epreli 2017, izinkulumo zingakhethwa kwezomhlangano omkhulu weBandla ka-Ephreli noma oka-Okthoba. Omongameli bezikhonkwane nabezifunda kufanele bakhethe ukuthi yiziphi izinkulumo ezizo setshenziswa ezindaweni zabo, noma benganikeza ukuba leso sinqumo sithathwe ngaba bhishobhi noma omangameli bamagatsha.

Lezi zinkulumo zitholakala ngezilimi ezahlukahlukene conference.lds.org..

Shicilela