Ngo-2017
Themba
Ngo-Epreli 2017


Izingane

Themba

Zama lomusebenzi nomngani Kuzomele uthembe futhi ulandele imiyalelo ngesineke.

Thola iphepha elingenalutho bese udweba indingiliza kulo ekhombisa ubuso. Uphethe ipeni noma umsizi esandleni, vala amehlo akho. Dedela umngani wakho akutshele lapho kumele udwebe khona amehlo, ikhala, umlomo kanye nezinwele kulobu buso. Bese uyabheka. Kuphume kanjani? Ungabupenda ubuso bese udweba obunye ukuze nidlale futhi.

Ngesinye isikhathi kulukhuni ukulandela imiyalelo. Kepha uma sizama ukulandela uBaba oseZulwini ngokulalela uMoya oNgcwele, Uzosisiza. Singamethemba njalo.

Shicilela