“AmaHubo Afundisa ngoJesu Kristu,” uMyalezo Wanyanga zonke we Friend (Umngani) ngo-Agasti 2022
“AmaHubo Afundisa ngoJesu Kristu”
UMyalezo Wanyanga zonke we Friend (Umngani) ngo-Agasti 2022.
AmaHubo Afundisa ngoJesu Kristu
Amahubo amaculo angcwele. Abantu baseBhayibhelini babhala amahubo ukuze badumise uNkulunkulu. Amahubo abo amaningi afundisa ngoJesu Kristu. Nakhu okufundiswa amanye amahubo eBhayibheli.
Ngiyayithanda iNkosi. Uyidwala lami namandla ami. Ngizomethemba. Ngizomdumisa.
UJehova unguMalusi Wami. Ungiholela emadlelweni aluhlaza. Ungiholela emanzini okuphumula. Ngeke ngesabe.
INkosi Ingukukhanya kwami. Angiyukwesaba. Ngizoba nesibindi. Uyokwenza inhliziyo yami iqine.
Ngiyamthanda uJesu Kristu, futhi Naye uyangithanda. Ngingamdumisa lapho ngifunda futhi ngicula Ngaye.
Ikhasi Lokufaka Imibala
UJehova UnguMalusi Wami
Chofoza esithombeni ukuze usikopishe.
Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott
Uluzwa kanjani uthando lukaJesu na?
© 2022 ngabakwa Intellectual Reserve, Inc. All rights reserved. Ishicilelwe eMelika Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sikhishwe ngesiNgisi: 6/19. Usuku okuvunywe ngalo ukuba lesi sifundo sihunyushwe: 6/19. Ukuhunyushwa kwe Monthly Friend Message, August 2022. isiZulu. 18316 783