Ngo-2023
UJesu Uvusa uLazaru Kwabafileyo
Ngo-Ephreli 2023


“UJesu Uvusa uLazaru Kwabafileyo,” Friend (Umngani), ngo-Ephreli 2023, 46–47.

Umyalezo Wanyanga zonke we Friend (Umngani) yango-Ephreli 2023

UJesu Uvusa uLazaru Kwabafileyo

Isithombe
uJesu ehlezi noMariya, uMarta noLazaru

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

UMariya noMarta babenomfowabo onguLazaru. Babengabangani bakaJesu Kristu.

Isithombe
UJesu egona uMariya noMarta

ULazaru wagula kakhulu. Ngokushesa, wafa. UMariya noMarta babedangele. Lapho uJesu efika, wakhala kanye nabo.

Isithombe
UJesu emi ethuneni likaLazaru

Manjalo uJesu wahamba nabo baya ethuneni likaLazaru. Wathi, “ Lazaru, phuma.”

Isithombe
UJesu esiza uLazaru ukuba aphume ethuneni

ULazaru wema, waphuma ethuneni. Wayesephila futhi! Ngenxa kaJesu, sonke sizophinde siphile futhi!

Ikhasi Lokufaka Imibala

UJesu Kristu Uyaphila

Isithombe
Ikhasi lokufaka imibala lomntwana ophethe isithombe sikaJesu

Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott

Umkhumbula kanjani uJesu ngesikhathi sePhasika na?

Shicilela