Ngo-2023
UmProfethi uPetru
NgoJulayi 2023


“UmProfethi uPetru,” Friend (Umngani) yangoJulayi 2023, 46-47.

Umyalezo Wanyanga Zonke we Friend (Umngani) ngoJulayi 2023

UmProfethi uPetru

Isithombe
Alt text

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

Emva kokuba uJesu Kristu evusiwe waya ezulwini, uPetru waba ngumprofethi.

Isithombe
Alt text

UPetru wafundisa abantu ngombhabhadiso nangoMoya oNgcwele. Izinkulungwane zabantu zakhetha ukubhabhadiswa!

Isithombe
Alt text

Ngelinye ilanga uPetru wabona indoda ingaphandle kwethempeli. Leyo ndoda yayingakwazi ukuhamba. UPetru wathi, “Egameni likaJesu Kristu, hamba.”

Isithombe
Alt text

Lendoda yelashwa ngenxa yokholo lwayo! UPetru wafundisa abantu ethempelini ngoJesu Kristu.

Ikhasi Lokufaka Imibala

Ngingabatshela Abanye ngoJesu

Isithombe
Alt text

Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott

Shicilela