ILiyahona
ILiyahona
NgoFebhruwari 2024


“ILiyahona” Umngani ngoFebhruwari 2024, 26–27.

Umyalezo Wenyanga zonke woMngani , ngoFebhruwari 2024

ILiyahona

Isithombe
omunye umbhalo

Imifanekiso ngu-Andrew Bosley

INkosi yatshela uLehi ukuba aye ezweni lesithembiso nomndeni wakhe. Kodwa babengenaso isiqiniseko sokuthi bazofika kanjani lapho.

Isithombe
omunye umbhalo

INkosi yanika uLehi ithuluzi elikhethekile. Lalifana nekhampasi. Yakhombisa indlela okwakufanele bahambe ngayo. Bayibiza ngeLiyahona.

Isithombe
omunye umbhalo

Lapho begcina imiyalelo, iLiyahona yayisebenza. Yabaholela ekudleni nasekuphepheni. Kodwa kwathi uma bexabana bengaboni ngaso linye, yabe isiyeka ukusebenza.

Isithombe
omunye umbhalo

Umndeni kaLehi walandela iLiyahona ukuze ufike ezweni lesithembiso. Uma sikhetha okulungile, uBaba wethu oseZulwini uzosiqondisa nathi.

Ikhasi Lokufaka Imibala

Nami Ngingabhabhadiswa NjengoJesu.

Isithombe
Omunye umbhalo

Umfanekiso ngu-Adam Koford

Ungazilungiselela kanjani ukuze ubhabhadiswe na?

Shicilela