“Uyini Umkhuleko?” Umngani, ngo-Ephreli 2024, 46–47.
Umyalezo waNyanga zonke weFriend (Umngani), ngo-Ephreli 2024
Uyini Umkhuleko?
Umkhuleko yindlela esikhuluma ngayo noBaba oseZulwini.
Singakhuleka noma inini, noma ikephi. UBaba oseZulwini uyosizwa njalo.
Sisebenzisa amagama abonisa uthando nenhlonipho lapho sithandaza.
Sibonga uBaba oseZulwini ngezibusiso zethu. Futhi singamcela usizo.
Ngiyaluzwa uthando lukaBaba oseZulwini isikhathi ngasinye lapho ngithandaza!
© 2024 ngu Intellectual Reserve, Inc. All rights reserved. Kucindezelwe eMelika. Ukugunyazwa kweSingisi: 6/19. Ukugunyazwa kokuhumusha: 6/19. Ukuhunyushwa koMlayezo we Friend (Umngani) waNyanga zonke, ngo-Ephreli 2024. Language. 19288 738