Ngo-2010
Ukusondela Duzane neNkosi
uJanuwari 2010


Kubantwana

Ukusondela Duzane neNkosi

EKirtland, Ohio, uMphrofethi uJoseph Smith wathola isambulo. INkosi yamtshela ukuthi, “Sondela eduzane nami futhi ngizosondela eduzane nawe; funa mina ngobuhlakani futhi uzongithola” (D&C 88:63). Indlela eyodwa esingasondela eNkosini ukuba silandele umphrofethi Wakhe.

Dweba izithombe zezinto uMongameli uThomas S. Monson afuna ukuba sizenze:

Thandaza.

Yiba nomusa.

Sebenza kanzima ukuze ufunde.

Siza abanye.

Beka ubufakazi bakho.

Funda imibhalo eNgcwele.

Shicilela