Ngo-2010
Ukukhulisa uBufakazi Bakho
uJanuwari 2010


Kubantu aBasha

UKukhulisa uBufakazi Bakho

Thatha lesivivinyo sakho esiyimibuzo ukusiza wena ukuba ucabange ngokuthi usebenza kanjani ngokukhulisa ubufakazi bakho:

  • Ngifisa ukukholwa yini?

  • Ngingazila futhi ngithandaze ngobufakazi obuqinile na?

  • Ngingafunda ngigxile ngemibhalo nsuku zonke na?

  • Ngingazama ukugcina imiyalelo nsuku zonke na?

  • Ngingazama ukulandela okushiwo ngaphakathi ngoMoya o Ngcwele na?

  • Ngingabeka ubufakazi bami uma ngigqugquzeleka ukwenza njalo na?

Shicilela