Ngo-2010
Yini Ubuhle Beqiniso?
Juni 2010


Ulusha

Yini Ubuhle Beqiniso?

uMongameli uMonson uthi kulomlayezo, “Emhlabeni wethu, isimilo esilungileyo salemihla sibonakala ngokwesibili ebuhleni noma ekubukekeni.” Abesimame abasebasha bangahle bahlupheke ngokubukeka kwabo ukuba bangobani bona futhi bangaba ngobani. Cabanga ngalemi cabango ngobuhle beqiniso evela kuGosa uLynn G. Robbins wabeshumi nesikhombisa:

  • Owesivazane osemusha ukubekezela kwakhe okucwebezelayo kokubili ukujabula kanye nokukhipha ubuhle besimo sangaphakhathi.

  • Ukumoyezela okulungileyo kungubuhle beqiniso njengoba kukhipha ngokuphelele ngendlela eyimvelo. Lobuhle beqiniso akusoze kwapendwa kepha kuyisipho sangoMoya.

  • Ukuzithoba kunguphawu olungaphandle futhi isidingo sobuhle obungaphakathi.

  • Uma udumazekile ngokubukeka kwakho, kuzakusiza ukuba uzibone ngaphakathi kwamehlo walabo abakuthandayo. Ubuhle obufihlakele okubukwa ngabathandekayo kungaba isibuko sokuzithuthukisa.

  • Uhlobo lowesilisa lowo olungileyo owesifazane afuna ukumshada futhi “akambuki” njengendoda yemvelo imbuka (bona 1 uSamuweli 16:7). Uzakusondela kubuhle beqiniso owesifazane akukhiphayo enhlizweni emsulwa futhi inhliziyo ejabulile. Ngokufanayo kuyiqiniso owesifazane osemusha ofuna owesilisa osemusha olungileyo.

  • Ubaba Wethu waseZulwini ulindele zonke izingane Zakhe ukuba zikhethe okulungile, okuyindlela kuphela yenjabulo ehlala isikhathi futhi nobuhle obungaphakathi.

  • eNkosini, awukho umncintiswano. Bonke banelungelo elilingene ukuba nomfanekiso Wakhe ofaxaziwe ekubekezeleni kwabo (bona uAlma 5:19). Abukho ubuhle beqiniso.

Ukufunda umlayezo ophelele, bona uLynn G. Robbins, “Ubuhle Beqiniso,” New Era, Nov. 2008, 30. Abesilisa abasebasha bangathola iseluleko esifanayo kuErrol S. Phippen, “Ugly Duckling or Majestic Swan? Kuphuma kuwe,” iLiahona, Oct. 2009, 36.

Shicilela