Abantwana
Ukwenza uMhlaba ube Muhle Kakhulu
uMongameli uUchtdorf wathi uma ithempeli lakhiwa, likhulisa amandla kaNkulunkulu emhlabeni futhi enze umhlaba ube yindawo enhle kakhulu. Faka umbala esithombeni esingezansi. Lokhu okulandelayo kungenye yezibusiso ezinhle ithempeli elinika abantu. Njengoba uphila impilo elungileyo yokuba uye ethempelini ngolunye usuku, okunye kwezibusiso kungaba eyakho!