Ngo-2012
Wonke Umuntu Angenza Okuthize Manje
Julayi 2012


Izingane

Wonke Umuntu Angenza Okuthize Manje

  1. uMongameli Uchtdorf ufundisa ukuthi noma uneminyaka emingakhi, ungenza okuthile ukusiza abanye. Kwijenali yakho noma kucwezu lwephepha, bhala izipho zakho noma amakhono. Buza abazali bakho ukuthi bacabanga ukuthi eziphi izipho zakho.

  2. Ungasebenzisa kanjani izipho zakho ukusiza abanye?

  3. Ekugcineni kohlelo lwezipho zakho, bhala indlela eyodwa ongasebenzisa lezo zipho ukusiza abanye kuleviki.

Shicilela