Ngo-2013
Yenza Iqoqo
Agasti 2013


Intsha

Yenza Iqoqo

uMongameli uEyring ucaphuna emagameni kaMongameli uSpencer W. Kimball (1895–1985) ethi “amajenali indlela yokubala izibusiso zethu kanye nokugcinela amadlozi umlando walezibusiso.” Kwinkomfa kawonkewonke kaOkthoba 2012, uMongameli uThomas S. Monson wabeka ubufakazi bakhe ngokubhala kwejenali. Wabelana ngezinye zezimfundiso zempilo yakhe, engeza, “Ijenali yami yamihla ngemihla, engayigcina kuleminyaka, ingisizile ngokuletha izinto eziqondene lezo mhlawumbe engeke ngakwazi ukuzikhumbula.” Waluleka ethi, “Yenza iqoqo lempilo yakho futhi ufune kakhulukazi izibusiso, ezinkulu kanye nezincane, ozitholile” (“Consider the Blessings,” Liahona and Ensign, Nov. 2012, 86). Sebenzela ekulandeleni imiyalelo yalabaprofethi futhi ubeke inhloso yokubhala kwijenali yakho.

Shicilela