Ngo-2013
Izindlela zokuSiza
Okthoba 2013


Izingane

Izindlela zokuSiza

uMongameli uThomas S. Monson usifundisa ukuthi kumele sisize abanye, abasebakhulile, abafelokazi, abagulayo, abangaqinile kahle ebandleni, kanye nalabo abadinga usizo kakhudlwana. Cabanga ngabantu obaziyo abangahle badinge usizo.

Bhala phansi noma udwebe izithombe zemicabango ngezindlela ongasiza abanye balabantu. Ungabuza abazali bakho ukuba bakusize ucabange ngemibono bese futhi ukhethe owodwa ozowuzama kuleliviki.

Shicilela