Izingane
Hlela isiVuno Sakho
Umthetho kaNkulunkulu wokuvuna ukuthi uma sifuna okuthile phambilini, kufanele sikusebenzele manje. Uma sifuna ukukhulisa ingadi, kufanele sitshale izimbewu, sizichelele, futhi sizivikele okhulini. Uma singakwenzi lokhu, ngeke sikwazi ukuvuna kusasa.
Ngezansi kunohlu “lwezithelo” ezinhle ongazifunela zona empilweni yakho. Bhala phansi ezinye zezinto ongazenza kulenyanga ukuthi uthole lezi zibusiso.