Ngo-2014
Funda kwiZehlakalo zaBanye
Disemba 2014


Intsha

Funda kwiZehlakalo zaBanye

UMongameli Uchtdorf ukhuluma ngezehlakalo ezenzeka kuye uma efundisa ukuthi “okhisimusi abakhumbuleka kakhulu yilabo ababenesizotha kakhulu.” Singafunda okuningi kubantu abadala, abantu abadala abaningi baphile ezikhathini zempi, zokungasebenzi, zokugula, noma ezinye izinkinga. Cela abantu abadala ewadini noma egatsheni lakho ukuba bakutshele ngoKhisimusi wabo oqotho kakhulu. Ungabhala phansi izindaba zabo. Zama ukufunda kwizibonelo zabo ngokugxila kuloKhisimusi ekunikezeni ukusebenza okuvela enhliziyweni nasekukhumbuleni uMsindisi.

Shicilela