Ngo-2016
Izifundo Zesikhathi Sethu
Meyi 2016


Izifundo Zesikhathi Sethu

Kusukela ngoMeyi 2016 kuya ku-Okthoba 2016, izifundo zobuPhristi bukaMelkhesedeki nezeNhlangano YokuSiza YabesiFazane zangeSonto lesine kufanele zithathwe kwinkulumo eyodwa noma ngaphezulu zomhlangano omkhulu weBandla ka-Epreli 2016. Ngo-Okthoba 2016, izinkulumo zingakhethwa kwezomhlangano omkhulu weBandla ka-Ephreli noma oka-Okthoba. Omongameli bezikhonkwane nabezifunda kufanele bakhethe ukuthi yiziphi izinkulumo ezizosetshenziswa ezindaweni zabo, noma amandla okuthatha leso sinqumo bangawanika obhishophi noma omongameli bamagatsha.

Lezi zinkulumo zitholakala ngezilimi ezahlukahlukene kuconference.lds.org.

Shicilela