Ngo-2017
Siyakubonga, O Nkulunkulu, ngomProfethi
NgoSepthemba 2017


Intsha

Siyakubonga, O Nkulunkulu, ngomProfethi

Umphrofethi wethu uMongameli uThomas S. Monson usebe yithonya kanjani kuwe? Yikuphi ozohlezi ukukhumbula kakhulu ngaye? Ake ucabange ngokubhala encwadini yakho yokuloba izigigaba zosuku ngoMongameli uMonson nangempilo yakhe––njengoba naye echaza kulomyalezo ngalokho yena akukhumbulayo.

Mhlawumbe ungathanda futhi ukucaphuna isiqeshana nje senkulumo yakhe osithandayo bese usibhala lapho uzohlezi usibona khona njalo. Ungasifaka futhi lesi siqeshana nakumakhala ekhukhwini wakho. Sekuyothi njalo uma usibona lesi siqeshana bese ucabanga ngokubaluleka komphrofethi ophilayo futhi ukhumbule nokuthi unathi ukuzosithanda nokuzo sikhombisa indlela kulesi sikhathi esiphila kuso.

Shicilela