NgoMeyi 2022 UMongameli uRussell M. NelsonAmandla Omfutho ongokoMoyaUMongameli uNelson wabelana ngezindlela ezinhlanu esingadala ngazo umfutho ongokomoya: ukwenza nokugcina izivumelwano, ukuphenduka, ukufunda ngoNkulunkulu, ukufuna izimangaliso, nokuqeda ukungqubuzana. UMongameli uDallin H. OaksUthando LukaNkulunkulu Ohlelweni lukaBabaUMongameli uDallin H. Oaks ufundisa ukuthi iBandla elibuyiselwe libasiza kanjani abantu ukuba baphumelele ukuba baphakanyiswa embusweni wesilestiyali (okucashuniwe okuvela kwingqungquthela yebandla lonke yango-Ephreli 2022). UMongameli uHenry B. EyringUkunganyakaziseki EzivunguvungwiniUMongameli uHenry B. Eyring usifundisa ukuthi uJesu Kristu usinikeza ukuphepha ezivunguvungwini zokuphila ngesikhathi siza Kuye (okucashuniwe okuvela kwingqungquthela yebandla lonke yango-Ephreli 2022).