Ngo-2016
Inselelo yokuba nomusa
Januwari 2016


Abantwana

Inselelo Yokuba Nomusa

Ngesikhathi uJesu ehambela abantu emazweni aseMelika, wabafundisa ukuthi bathandane futhi babe nomusa. Yikuphi ongakwenza ukuze ulandele uJesu nokuthi ubathande abanye na? Nakhu ongakucabanga. Faka uphawu kwinselelo ngayinye osuyenzile.

  • □ Ngingamsingatha odangele.

  • □ Ngingasebenzela othile ngasese.

  • □ Ngingafunda noma ngilalele inkulumo ngokuba nomusa.

  • □ Ngingaculela umndeni wami iculo labantwana.

  • □ Ngingamamatheka kulowo obukeka enesizungu.

  • □ Nginga__________________________________________.

  • □ Nginga__________________________________________.

Shicilela