Ngo-2017
Iso lenkunzi!
Januwari 2017


Izingane

Iso lenkunzi!

UMongameli Uchtdorf uthi ivangeli lifana nokuzijwayeza isgcibisholo. Kumele sikhombe ngqo ezintweni ezibaluleke kakhulu. Imiyalelo ebaluleke kakhulu ukuthanda uNkulunkulu kanye nokuthanda abanye abantu. Uma sibheka ngqo kulezinto, singakwazi ukushaya ngqo esweni lenkunzi ngasosonke isikhathi.

Dweba isigcibisholo esikhulu kucwezu lwephepha . Cela umzali akufundele lokhu okulandelalyo. Uma into ebhalwe kuhlelo iyinto esiza ukuba sikwazi ukukhombisa uthando kuNkulunkulu kanye nakwabanye, ungabhala noma udwebe phakathi kwesigcibisholo.

Abelana ngamathoyisi wakho

Ntshontsha uswidi

Iya esontweni

Biza umuntu othize ngegama elingalungile

Isho imithandazo yakho

Gona omunye umuntu

Xabana nozalwa nabo kwenu

Shicilela