Ngo-2017
Igugu Langempela
Februwari 2017


Abantwana

Igugu Langempela

UMongameli uMonson uxoxa indaba ngomama owayenebhokisi elinamagugu ayelithanda kakhulu. Ngenkathi izingane zakhe zivula ibhokisi, zathola izithombe zazo. Igugu likanina kwakuwumndeni wakhe!

Igugu langempela akulona igolide,–– ngabantu obathandayo. Uthanda bani? Dweba ibhokisi lamagugu nesithombe sabo labo bantu obathandayo noma ufake amagama abo phakathi ebhokisini.

Shicilela