Ngo-2017
Uthando Oluningi
Ngo-Okhthoba 2017


Abantwana

Uthando Oluningi

Uma sifunda imibhalo engcwele noma sikhuleka, siyezwa ukuthi uBaba oseZulwini noJesu Kristu basithanda kangakanani. Dweba umfanekiso wezinhliziyo ezincane phakathi kwenhliziyo enkulu. Faka umbala kumfanekiso wenhliziyo eyodwa uma ukhuleka noma ufunda imibhalo engcwele. Yini enye ongayenza ukuzizwa useduzane noBaba oseZulwini nakuJesu?

Shicilela