Amasu Okufunda
HJS, KwabaseKolose 2


HJS, KwabaseKolose 2:21–22. Qhathanisa nabaseKolose 2:20–23

Imiyalelo eyenziwe ngabantu ibalulekile ekufundiseni izinto ezifana nokuzilawula, kodwa ayimhloniphi uNkulunkulu futhi ngeke yamsindisa umuntu.

21 Ezingokwemfundiso nemiyalelo eyenziwe ngabantu, abanifundisa ukuthi ningathinti, ningezwa ngolimi, ningaphathi; zonke lezo zinto eziphelayo ngokusetshenziswa na?

22 Okuyizinto impela ezibonakala zinokuhlakanipha mayelana nokukhetha inkonzo, nokuzithoba, nokuhlupha umzimba ngokuphathelene nokwenelisa inyama, kepha ezingamhloniphi uNkulunkulu.

Shicilela