Lokhu okufanekiswe ngemidwebo kumabalazwe angezansi kukhombisa ukuthi amabalazwe anezinombolo azolandela azobe egxile kuphi. Lawo mabalazwe enziwa yizifunda ezinkulu kanye nezindawo zomumo womhlaba ezisondelene ngokuminyene.
-
IBalazwe leMvelo leZwe eliNgcwele
-
UkuMuka kwabakwa-Israyeli beSuka eGibithe kanye nokuNgena eKhanani
-
UkuHlukana kweZizwana eziliShumi namBili
-
UMbuso kaDavide kanye noSolomoni
-
UMbuso wase-Asiriya
-
UMbuso waseBabiloni oMusha kanye noMbuso waseGibithe
-
UMbuso wasePheresiya
-
UMbuso waseRoma
-
UMhlaba waseTestamenteni eliDala
-
IKhanani ngeziKhathi zeTestamente eliDala
-
IZwe eliNgcwele ngeziKhathi zeTestamente eliSha
-
IJerusalema ngesiKhathi sikaJesu
-
UkuHamba okuNingi kobuFundisi kukamPhostoli uPawulu
-
UkuPhakama kweZwe eliNgcwele
Lokhu okulandelayo yincazelo ukuze uqonde izimpawu kanye nemibhalo esetshenziswa kulamabalazwe. Phezu kwalokho, ibalazwe ngalinye lingaba nezincazelo zezinye izimpawu eziqondene nalelo balazwe elithize.