Amasu Okufunda
HJS, Ⅰ kaPetru 3


HJS, Ⅰ kaPetru 3:20. Qhathanisa nencwadi Ⅰ kaPetru 3:20

Eminye yemimoya esetilongweni yayingakwenzanga ukulunga ngezikhathi zikaNowa.

20 Eminye yayo eyayingalaleli ezinsukwini zikaNowa, ngesikhathi ukubekezela kukaNkulunkulu kulindile, ngesikhathi umkhumbi wawulungiswa, kuwo abambalwa, okungukuthi, abantu abayisishiyagalombili basindiswa ngamanzi.

Shicilela