HJS, Ⅰ kaPetru 4:6. Qhathanisa nencwadi Ⅰ kaPetru 4:6
Ivangeli liyashunyayelwa kulabo abafileyo.
6 Ngenxa yalokhu, ivangeli liyashunyayelwa kubo abafileyo, ukuze bahlulelwe njengabantu enyameni, kodwa baphile emoyeni ngokwentando kaNkulunkulu.
HJS, Ⅰ kaPetru 4:8. Qhathanisa nencwadi Ⅰ kaPetru 4:8
Isihawu siyasivimbela ukuba sone.
8 Futhi phezu kwazo zonke izinto yibani nesihawu esikhulu phakathi kwenu; ngokuba isihawu sivimbela izono eziningi.