ITestamente Elisha 2023
Olunye Ulwazi


“Olunye Ulwazi,” Wozani, Ngilandeleni—Incwadi Yomuntu Ngamunye Nemindeni: ITestamente Elisha 2023 (2022)

“Olunye Ulwazi,” Wozani, Ngilandeleni—Incwadi Yomuntu Ngamunye Nemindeni: 2023

Isithombe
umndeni ufunda imibhalo engcwele

Olunye Ulwazi

Ulwazi oluningi lungatholakala kwi-app uMtapo woLwazi lweVangeli ngokunjalo naku ChurchofJesusChrist.org.

Hymns kanye ne Children’s Songbook

Amaculo angcwele amema uMoya, futhi asisiza ukuthi sizwe uthando lukaNkulunkulu, futhi afundise imfundiso ngendlela ekhumbulekayo. Ngaphezulu kokusebenzisa izincwadi eziphathekayo zamaHymns kanye neChildren’s Songbook, ungathola okulalelwayo nama-video amahubo amaningi namaculo abantwana ku music.ChurchofJesusChrist.org.

Izincwadi zoHlelo lokuFundisa iVangeli

Izincwadi zoHlelo lokuFundisa iVangeli zinikeza ngesizinda esingumlando kanye nokuhlaziya ngezimfundiso zezimiso nezehlakalo ezitholakala emibhalweni engcwele.

AmaPhephabhuku eBandla

IFriend (Umngani), For the Strength of Youth (Okwakha iNtsha), kanye neLiyahona amaphephabuku anikeza izindaba nemisebenzi engangezela imigomo ofundisa ngayo evela ku Wozani, Ngilandeleni—Incwadi Yomuntu Ngamunye Nemindeni.

-

- -

New Testament Stories

New Testament Stories zingasiza abantwana bafunde imfundiso nezindaba ezitholakala kwiTestamente Elisha. -

-

-

Ama-video neMidwebo

Imidwebo, nama-video angawusiza umndeni wakho ukwazi ukubona imfundiso nezindaba ezihambisana nemibhalo engcwele. - - Izithombe eziningi ongazisebenzisa zitholakala kwi Gospel Art Book.

-

Incwadi ethi Teaching in the Savior’s Way ingakusiza ufunde futhi uphile imigomo yokufundisa njengoKristu.

Shicilela