Amasu Okufunda
1. IMelika eseNyakatho engaseMpumalanga


1. IMelika eseNyakatho engaseMpumalanga

Isithombe
Ibalazwe lomlando weBandla 1

Nyakatho

Canada

IMelika

Vermont

UMfula iConneticut

Maine

Tunbridge

Sharon

IChibi eliKhulu i-Ontario

Norwich

Lebanoni

New Hampshire

Gilsum

Palmyra

Fayette

Whitingham

Manchester

Albany

New York

Topsfield

Salema

AmaChibi amaKhulu aseFinger

Boston

South Bainbridge

Colesville

Massachusetts

Harmony

Connecticut

Rhode Island

Pennsylvania

UMfula iHudson

New Jersey

IDolobha laseNew York

Ulwandle oluKhulu lwe-Atlantiki

UMfula iSusquehanna

UMfula iDelaware

Philadelphia

Amakhilomitha

0 50 100 150 200

A B C D

1 2 3 4

1

2

3

4

5

6

7

8

9

  1. Topsfield Yindawo lapho uJoseph Smith omDala azalelwa khona, wazalwa ngomhlaka 12 Julayi 1771.

  2. Gilsum ULucy Mack wazalelwa lapha, ngomhlaka 8 Julayi 1775.

  3. Tunbridge UJoseph Smith omDala kanye noLucy Mack bashadela lapha, ngomhlaka 24 Januwari 1796.

  4. Whitingham Yindawo lapho uBrigham Young azalelwa khona, wazalwa ngomhlaka 1 Juni 1801.

  5. Harmony U-Emma Hale wazalelwa edolobheni elincane laseHarmony, ngomhlaka 10 Julayi 1804.

  6. Sharon UJoseph Smith omNcane wazalelwa lapha, ngomhlaka 23 Disemba 1805 (bheka kuJS—uMl. 1:3).

  7. Lebanoni Umndeni wakwaSmith wawuhlala edolobheni elincane laseLebanoni kusuka ngo 1811 kuya ku 1813, ngaleso sikhathi uJoseph Smith omNcane waba nokuhlinzwa emlenzeni okuningi okulandelanayo.

  8. Norwich Umndeni wakwaSmith wawuhlala lapha kusuka ngo 1814 kuya ku 1816 ngaphambi kokuba uthuthele ePalmyra.

  9. Palmyra Umndeni wakwaSmith wathuthela lapha ngo 1816 (bheka kuJS—uMl. 1:3).

Shicilela